Tel: 031 577 7868 - disc@darulihsan.com               google play icon        twitter web      

UTHI BEWAZI? (Burping in the Masjid and public places!)

Ukubhodla e Masjid nasezindaweni zomphakathi!

I Muslim kumele licabangele labo abaseduze kwalo ngakho-ke kumele ligweme ngisho okuncane ukuphazamiseka kunoma wubani. Inkinga efanayo nevame ukwenzeka ngenyanga ya Ramadan yiko ukubhodla ngokweqile kwi Salah, ikakhulukazi kwi Taraweeh. Iphunga eliye liphume emlonyeni walowo obhodlayo livame ukuba yinkinga kwamanye ama Musallees.

U Abdullah bin Umar r.a uyabika ukuthi: ‘’ Kunomuntu owake wabhodla lapho kwakukhona khona no Rasulullah SAW. U Rasulullah SAW wabe esethi kuye: ‘ Ungabhodli eduze kwethu, ngoba kavele labobantu abasutha kakhulu kwelengabade bayolamba kunabo bonke abantu ngosuku lwe Qiyamah.’ ‘’ [ Tirmizi & Ibnu Majah ]

Ngakho-ke , kuyi Mustahab ukumboza umlomo ngesandla uma umuntu efikelwa wukuzamula noma wukubhodla. [Ad Durrul Mandood]. Masikugcine lokhu emiqondweni yethu

Ukudla ngokuzigada nako kuyasiza ekulawuleni inkinga yokubhodla yokubhodla.

Login to post comments

Nisab

16/04/2026 08:00

- Mahr Fathimi: R64 619
- Minimum Mahr: R1 292
- Zakaat Nisab: R25 848
Price/g rate: GoldPriceZ

Contact Us

70 Joyce Road
Durban
Tel: 031 577 786 8
disc@darulihsan.com

Banking Details

Bank: FNB
Acount Name: Darul Ihsan
Branch: 220329 (Tongaat)
Lillah: 62130045398
Zakaat: 62130044910