Tel: 031 577 7868 - disc@darulihsan.com               google play icon        twitter web      

Sajdatut-Tilawah

Cishe zibalelwa e 14 izindawo kwi Qur’an eNgcwele lapho kuyi Waajib [ umgomo ]

kumuntu ukwenza i Sajdah uma lelovesi elihloniphekile lizwakala, noma lifundwa. Ngokujwayelekile, amavesi e Sajdah Tilawah anezikhombiso kwi Qur’an.

U Hazrat Abu Hurairah ra uyabika ukuthi u Rasulullah SAW wathi, ‘’ Noma nini lapho indodana ka Adam ifunda ivesi le Sajdah, u Shaitaan uthi nyawo ngibelethe esho ekhihla isililo. Ngaso lesosikhathi usuke ememeza ethi ‘’ Yeka okwami! Indodana ka Adam yajutshwa ukuba yenze i Sajdah, ngempela yasenza i Sajdah, ngaleyondlela yazuza ngokungena e Jannah. Mina ngajutshwa nge Sajdah, nganqaba. Umphumela waloko mina ngiyophelela e Jahannam.’’   ] Sahih Muslim]

I Sajdatu Tilawah kumele yenziwe ngokushesha ngemuva kokufundwa kwalelovesi. Uma singeke senzeke ngokushesha, akumele kuhlehliswe ngaphandle kwesizathu ukusenza.

Login to post comments

Nisab

Unable to load Nisab value.

Contact Us

70 Joyce Road
Durban
Tel: 031 577 786 8
disc@darulihsan.com