Tel: 031 577 7868 - disc@darulihsan.com               google play icon        twitter web      

U Hazrat ibn Abbas ra uyabika ukuthi kwake kwenzeka u Rasulullah SAW wadlula eduze kwamathuna amabili maqede waphawula kanje, ‘’ Izakhamizi zalamathuna amabili ziyajeziswa, zinjalo nje zijeziselwa izono obekumele ngabe zizigweme kalula. Oyedwa wazo ujeziselwa ukuthutha izindaba, kanti lona omunye yena ujeziselwa ukuthi wayengenako ukuqikelela mayelana namaconsi omshobingo.’’ [ Bukhari,Muslim]

Uthi u Allah Ta’ala kwi Qur;an engcwele: ‘’ Gcina i Salaah yakho ngokunakekela, ikakhulukazi i Salah emaphakathi, uphinde ume phambi kuka Allah ngokuzinikela okuphelele.’’ Kwelinye ivesi kuthiwa, ‘’futhi wenze i Salah ubuye ukhokhe ne Zakah uphinde ukhothame kwi Ruku kanye nalabo abakhothamayo.’’

Isexwayiso esinzima kulabo abathutha izindaba
U Hazrat ibn Abbas ra uyabika ukuthi kwake kwenzeka u Rasulullah SAW wadlula eduze kwamathuna amabili maqede waphawula kanje, ‘’ Izakhamizi zalamathuna amabili ziyajeziswa, zinjalo nje zijeziselwa izono obekumele ngabe zizigweme kalula. Oyedwa wazo ujeziselwa ukuthutha izindaba, kanti lona omunye yena ujeziselwa ukuthi wayengenako ukuqikelela mayelana namaconsi omshobingo.’’ [ Bukhari,Muslim]

Indlela yokwenza i-Sajdah

I Sajdah [ukukhothama] yisigaba sokugcina sokuzehlisa seKholwa. Kwi Sajdah, isigaba esiphakeme somzimba womuntu, ikhaya lokucabanga, lihlangana nephansi. Isigaba se Sajdah wuvuthwandaba lwe Salaah.

Igama: Zaynab bint Jahsh Isdlaliso: Ummul Hakam

Ukubabazeka bob’khulu buka Allah abusoze bachazeka ngendlela ezwakalayo. Umuntu angazama ngakhokonke okusemandleni akhe, kodwa ukudunyiswa kophezukonke akusoze kwapheleliswa. Hhuye kuphela ongazichaza.

U-Allah (s.w) unolwazi oluphelele futhi olumangazayo ngayoyonkinto. Yonkindawo kuwowonke amazulu! Yebo akukho okwenzekayo ngaphandle kokwazi kwakhe uAllah. Ingakho kufanele ukuphetha ngokuthi u Allah ukhona yonke indawo.

Page 2 of 3

Nisab

16/04/2026 08:00

- Mahr Fathimi: R64 619
- Minimum Mahr: R1 292
- Zakaat Nisab: R25 848
Price/g rate: GoldPriceZ

Contact Us

70 Joyce Road
Durban
Tel: 031 577 786 8
disc@darulihsan.com

Banking Details

Bank: FNB
Acount Name: Darul Ihsan
Branch: 220329 (Tongaat)
Lillah: 62130045398
Zakaat: 62130044910